1. |
Unabantu
16:50
|
|||
|
Unabantu
Shimomomo
Unabantu thixo
Ngamaxesha onke
Ubagcine ,ubancede
Endaweni zonke
Nkulunkulu ,mnini mandla onke
Siyakubonga
Nguwe wedwa onabantu bakho
Endaweni zonke
Wayethi uMam tshonyani
Xa ethandaza athi
Ubagcine ,ubancede
Fikelela lapho singafikelelanga khona
Okekho omunye onjengawe
Wuwe wena wedwa ophezulu
Unabantu bakho
Ngamaxesha onke
Ubagcine bonke
Endaweni zonke
Nkosi sikelela i Afrika
Mabalibuyise izwe lethu
Sicel’umnotho kulezwe lethu
Nkosi siphilise
Sithandazela izwe lethu
Nkosi pholisa amanxeba
Ibuhlungu imimoya yethu
Nkosi phelisa amanxeba
Sithi nkosi phelisa inhlupheko
Bahluphekile abantu bakho
Pholisa
Sithandazela izwe lethu
Nkosi pholisa amanxeba
Nkosi phelisa inhlupheko
Nkosi phelisa inhlupheko
Nkosi pholisa amanxeba
Sithandazela izwe lethu
Abantu bethu
Amanxeba aphole
|
||||
2. |
Mxolele
03:37
|
|||
|
Mxolele
Ahaha ahaha ahha
Ahaha ahaha ahha
Min’ngazi
Ngenzenjani makunjena
Min’ angazi
Ngenzenjani Makunjena
Min’angazi
Kwenziwani Makunjena
All this time
We’re together, together ,together
Oh but now
Asisazwani
Mxolele
Nam ngingu muntu
Mxolele
Singabangani
Mxolele
Nam ngingu muntu
Ng’cel’ ung’xolele
Singabangani
Bayaxabana abantu
Babuye baxole
Baxolelane
|
||||
3. |
Oasis
06:47
|
|||
|
Oasis
The oasis
This is where we find all peace
And quiet
And peace
And quiet
This is where we find
All peace
And quiet
And peace
And quiet
|
||||
4. |
Tar Road
08:07
|
|||
|
Tar Road
Ngeke ndakulibala
Lalalala……..
Ngeke ndakulibala
Alternate
Ngeke ngakulibala
Ushintsh’impilo yami
Ngeke ndakulibala
Wen’ushintsh’impilo yami
Wen’ushintsh’impilo yami
Wen’ushintsh’impilo yami
Shintshe kokugcina Ma
Ngeke ngingak’boni
Ngeke ngingak’bongi
Ushintsh’impilo yami yonke
Ngeke ngikukhohlwe Nomthi
Wen’ushintsh’impilo yami
We ses’ Nomthandazo
Wen’ushintsh’impilo yami
Wen’ushintsh’impilo yami
|
||||
5. |
Ses’khathele
08:20
|
|||
|
Ses’khathele
Aw’ bathi khuluma nazo
Khuluma nazo uvel’ e bern
Ushaye eny’ into
Aw aw aw besimbiza u 18 arise
Asisamazi kodwa ushaya yona impela
Ebuya e bern impela
Aw ye aw ye aw ye
Aw yelele mama yele,aw yelele mama yele
Aw yele mama,aw yele mama, aw yele ma
Lomhlab’uyajika jika
Aw’bon,aw’bon.aw’bon,aw’bon,aw’bon,aw’bon
Umhlab’uyazama zama
Lomhlab’uyazama zama
Awela awe aye aye uyaw’bona na
Umhlab’uyajika jika
Lomhlab’uyajika jika
Awela aw’ye wela aw’ye uyaw’bona na?
Lomhlab’uyazama zama
Umhlab’uyazama zama
Ses’khathele amanga
As’khululekanga
Ses’khathele amanga
S’fun’ uku’notha
Sifun’uk’notha thina ma,sifuna I dolla
Sifun’impilo engcono
Woye woye woye woye woye woye
Umhlab’uyajika jika
Lomhlab’uyajika jika
Ngithi aw’ye aw’ye aw’ye aw’ye aw’ye
Umhlab’yaza zama
Lomhlab’uyazama zama
Uyabona na?
Umhlab’uyajika jika
Lomhlab’uyajika jika
Aw’yelele aw’welele
Uyabon’ukuthi lomhlab’uyajika jika
Lomhlab’uyajika jika
Aw’ye aw’ye awele ay welele
Lomhlab’uyazama zama
Lomhlab’uyazama zama
|
||||
6. |
Katlehong Blooz
05:18
|
|||
|
Areyeng katlehong
Areyeng Thokoza
|
||||