(Senziwe uLerato moloto noNyeleti Xibhambu, ibhanga 11, The Wykeham
Collegiate, Amaminithi omhlangano phakathi kwabafundi
bakamatikuletsheni)
• Indawo: igumbi lokusebenza laseTWC
• Isuzu: 10 kuNhlangulana 2024 ngolwesthathu
• Isikhathi: ihora lokuqala ntambama
• Ukuvula: kwacula iculo lweskole
Amazwi kwabafundi bakamatikulentsheni
Abafundi bakamatikuletsheni badingide izinto ngesikole abangazithandi
nabangathanda ukuzishintsha okuhlanganisa nezemidlalo. Umsebenzi
wesikole, Ukuhamba kothisha., iGrade 10 dance nomtapo wolwazi.
Ngemuva kwalokho baqhamuke nezixazululo zokuthuthukisa lezo zindawo
ezithile zesikole.
Abaxolisayo
intombazane enkulu ayikwazanga uku ka.
Ababekhona
umkhandlu wonke
Ukufundwa kwamaminithi adlule
- izinkinga zethulwa kuzo zonke izihloko
- wonke umuntu wavuma ukuthi kwakuyizindaba eziphumelelayo
Iziphakamiso
abafundi baphakamise lokhu okulandelayo
Ezimdlalo: kwenze kube isibopho kwabancane (Gr8-Gr9) ukuthi babukele
imidlalo ye-1st team.
Umsebenzi weskole: zonke izincwadi nezinsiza kumele zibe ku-inthanethi
iGrade 10 Dance: buyela ekukhetheni isikole somfana oyedwa
ozobambisana nabo
Umtampo wolwazi: izincwadi ezintsha
                           fi
Ezintsha
izinkinga ezintsha eziveziwe
Ezimdalo: akekho ozoyobuka imidlalo
Umsebenzi weskole: abafundi bebelokhu belahlekelwa umsebenzi futhi
bashiye amaphepha
iGrade 10 dance: ozakwethu bezikhiphe umzuzu wokugcina
Umtampo wolwazi: ukudla kushiywe ngaphakathi emakamelweni
Ukuvala
uK.Govender ( head day girl) ubonge wonke umuntu o kile Kwase kuvalwa
ngokuthi kuculwe iculo lweskole.
Amagama = 169
                                         fi